Kuhleke meniryt zithandwa yazi abanyabantu if kukhona okubi okubehlele bathi uNkulunkulu akekho if ekhona phooo angavumelakanjani ukuthi lokhu okwenzekile kungehlele akhohlwe okuhle amenzelekona ngisho nangendlela lena enhle amdalanga ngoba uyakwazi ukuthi akufihle konke ukuxakekakwakho ube uphakathikwabantu uyacabanga kuthiwa unesisu se glass uhambe endlini udle itshela yophuthu nombhubhudlo noma sekuphele izinsuku ungadlilelutho ngobanakhu kungeko ngabe abantu balokhu bekhombisanangawe bukanje ukuthi udle into engasilekanjani ngisho uyinuku ukwazi ukushiya endlini kumapeketwana uthulukuthi sekuphele isonto ungandluli utholukuthi izitsha zokudlela sezaze zangcwala indishi yokuziwashela kuhle kwewashingi ezinye mhlampe sezinezilwane kodwa ngoba ukhona akakuhambisi nobuwena ukuze izwelonke libone ubuwena yazi ukuthi kukonakonke okwenzeka empilweniyakho uyohlezi enawe ngoba ukhona