Yazi kunobaba osemdala owayesebenza ngokukhanda izimoto owayephuma kokhanda enye imoto komunye umuzi nalokho akuyona into aphilangayo kuphela into edala angawuyeki lomsebenzi ukuthi uthanda ukuzisizela abantu njengoba ephuma kokhanda imoto uphethe ama tools okukhanda uwafake esakeni naye ungcolile izinto azinqokile ngazuthi uzicoshile zilahliwe unyusa umango liyashisanelanga kunemoto elokhu imdlula inyuka yehlika iyambona ithenalemoto mayiphinda inyuka wazincama wamisa i sign yokuthi ucela ulift yangake imumele yayishayelwa ubhuti osemncane ngokweminyaka kuyilenhlobo yezimoto zezimanjemanje wayishayakakhulu umfanomcane mama phambidlana kwalobaba kunosisi naye onyukayo losisi akacelanga ngisho nolift wamumela lobhuti wambuza ukuthi uyangalaphi amlifte wathi losisi uryt akakhululeke uzozambela ngezakhe izinyawo akakhathele wamncenga lobhuti ngoba efuna ukushela losisi wangcina evumile losisi wangena emotwini ithenalemoto isanyusa umanga yafa wathi uyazama ukuyibheka ukuthi ngabe inkinga ikuphi lutho akayitholi yaphuma intombazane yathi sorry webhuti ngijahilemina ngeke ngiyimele leyalemotoyakho yamshiyakanjalo nabantu azukuthi bayakhanda methi uyabafonela abanye akabatholi abanye ba busy kakhulu wanyuka lowababa wazewafika kuyena lobhututi wambuza ukuthi mfanawami ngabe kwenzenjani ngibone sengathi mowuthiii uthena engakoqedi nokukhuluma lobaba lobhuti wabe esethena yewenahlanya ungangijwayelikabi awungiyeke phansi mesengikutshelile uzokwenzani waziniwenangemoto ngalesikhathi lobhuti ephimisalamagama naye engakoqedi ukukhuluma lobaba eceleni ukhipha izinto zokukhanda imoto esakeni elingcolile aliphethe wabe eqondakuyona engamnakile lomfana wafika wayithinta kabili kathathi wathi mfanawami ngena emontwini uyidumise wangena umfana wenzenjalo yaduma imoto wangakholwa okwenziwe yilobaba wathi kulobaba salusungena baba ngikuphe ulift wathi lobaba khululeka mfanawami velemina ngiyajika kulendlela ejikayo lana phambikwakho ngamanye amazwi umuntu ungabombukelaphansi nomakuthiwa awumazi ngobanakhu ubuka indlela ayiyona lokhu ayikona uyikona okwesikhashana kusasa impiloyakhenaye iyobangcono kunalena ayiyona namhlanje
Godgiven Buthelezi
Delete Comment
Are you sure that you want to delete this comment ?